FLEX Network News

FLEX Network News

Share

Photos from Mandla Chris 's post 26/06/2025

Indaba ezibuhlungu emndenini no mphakatini🥲

Photos from Mandla Chris 's post 14/05/2025

Ezase Scottsburg indaba zimbi 😢

13/05/2025

Ezanamuhla 😢

E Molweni ngase Hillcrest eThekwini kushayisane I Van netekisi kwalimala abantu abawu 16 abebesekhumbini...oyedwa wabo uphuthunyiswe ngebhanoyi esbhedlela...kodwa u driver we van yena ushonele endaweni yesgameko

03/04/2025

🫡

Amaphoyisa akwaZulu Natal aqeda kushaya abawu 5 e Chesterville eThekwini...basolwa ngalesigameko sakuthangi sokubanjwa kwemoto yemali ngaka Mashu

28/03/2025

Zase Marianhill Durban🫡

Amaphoyisa aye ka Mamdekazi e Marianhill la bekushone khona umuntu kuthangi... amaphoyisa athi athe ayobopha umuntu amsolayo wavele wagadla emaphoyiseni wase eshayeka washona.

27/03/2025

Usekhulumile u mongameli wezwe, syabonga Mr president 🫡

Owayesola umndeni ngomona umkhuza ngomyeni odabuka eNigeria usegilekile 17/03/2025

Nangoke/ # uthando alukho kulabantu shame 🥹

Owayesola umndeni ngomona umkhuza ngomyeni odabuka eNigeria usegilekile Wayesola abomndeni wakubo ebasola ngabathakathi bemxwoayisa ngokugana owesilisa waseNigeria ongasebenzi

16/03/2025

Kodwa lo Baba akadlali

Unites States (US) President Donald Trump launched large-scale military strikes against Yemen‘s Iran-aligned Houthis on Saturday over the group’s attacks against Red Sea shipping, killing 31 people at the start of a campaign expected to last many days.

https://www.reuters.com/world/middle-east/trump-launches-strikes-against-yemens-houthis-warns-iran-2025-03-15/

15/03/2025

Izindaba zase Mpumalanga ka Nyamazane🥹🥹

Yaze yabuhlungu into okuthiwa yenzeke ka Nyamazane eMpumalanga, kuthiwa kuboshwe umfana ona 23 olengise intombi yakhe yaze yashona endlini yakhe umfana...intombi lena Ina 17 ibulawe igqoke I uniform yeskole
📷 Mweli Masilela

Want your business to be the top-listed Media Company in Verulam?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Telephone

Website

Address


7 Wick Street
Verulam
4339