Life Changer
khumbula ikhaya laphaya,
Kwo bamnandi kakulu kuna la,
Ba buten' abangcwele kulona,
Abembet' okumhlop' okute qwa!
Laphaya. laphaya
khumbula ikhaya laphaya,
2 Kumbul' izihlobo laphaya,
Eza hamba za ngena ezulwin';
Se n gwaba igama leUndlu,
Ziphumule zi senjabulwen'.
Laphaya, laphaya,
khumbul' izihlobo laphaya.
3 khumbula uJesu laphaya,
Nabakiti ase be khona le;
Senginas' isizungusakhona,
Sengikhohlwa usizi lwa la.
Laphaya, laphaya,
khumbula uJesu laphaya.
4 Masinya ngo fika laphaya,
Masinyanengibone abam';
Se be fike balinda ekhaya,
Se be linda ngo fikake nam'.
Laphaya, laphaya,
Masinya ngo fika laphaya
338
Amagama Okuhlabelela
Vukani, bandla-bo
Number: 108
1 VUKANI, bandla, bo, nilaleleni
na?
Anikamuzwa yin', uMoy' omusha
lo?
Usemhlabeni la; somthola nini
Na?
Nang' uMthokozisi.
Refrain:
Ngemple' usemhlaben', uvela
ezulwin'
Uyakuhlanza konke okusenhli-
zýweni',
Siyoba-mhlophe qwa?
Sohlanzwa yebo na?
Nang' uMthokozisi.
2 O, sekusile-bo; kwaqala khona-le
Lapho ngePentekost',
Kwakhanya
Kwathi nge;
Kwath' eJerusalem babonga
bath',
Ehe,
Nang' uMthokozisi – Refrain
3 Yebo, ukhona lo nakhona-
lapha-nje,
Size sinqob'izitha zethu zonke
nya:
Masigcwalise swi, sigcinwe
sithi
nge;
Nang' uMthokozisi. - Refrain
4 Nanamhla umi nqo, use-
namandla nya
Uyasihlanzisisa sibe-mhlophe
qwa.
Phaphama, wena, mngan', ukuze
masinyan',
Nang' uMthokozisi. - Refrain
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Website
Address
Tembisa
1685