Amachillaz Rsa
02/12/2024
Blaq Major Congratulations boy we are in✌✌🙌🙌🔥🔥🔥🔥
Y'all can see now what to do it easy
SMS : INGOMA H to 35615
04/07/2024
South Africa sizwesakithi cha sithi asizilahle kini sigonyuluke ngesimo esingaphasi kwaso ngokunqaba kwempumelelo eThalenteni lethu, masihamba ezindaweni abantu bayasbuza ukuth kwenzakalani ngoba niyazama , asisayphathi yomsebenzi ekulindeleke ngabe sewaphuma "madoda silinde umsebenzi kanti uphumanini".
Ngizocela ukulikhaphezulu nj udaba lethu maybe makukhona ongawazi kahle umsuka useyosbuza hlamp simchazele kahle,,,la sibenenkinka last year yokungaboni ngasolinye nabobhuti iThe Elevators okungoProducer bt ke sagcina sikulungisile konke naboBhuti,inkinga nj eyabakhona ukuthi sagcina silahlekelwa abaxhasi ababesthembisile ukuthi bazosxhasa ngakhokonke nj ngengoma cz ukuRecorder ingoma i think kuwu5% after recording usuke usazokhokha kakhulu bt ke konke kwagcina kushabalele okungangokuba kunenani lemali esasesilibolekile kwelinye lamaBank sithi senzela ukuhlangabeza iSponsor cz konke kwakuthembisa ukuthi kukhona la esizoyakhona ngaleyongoma ngendlela izinto ezazibukeka zihlelekengayo nd nayo nj yayithembisa kakhulu so kwagcina kuphelekanjalo kwanaleyomali kunzima kwakuykhokha,,,syajabula ukuthi ifriendship yethu nabantu ababandakanyekayo ektheni sidicileleke phansi sakwazi ukuybuyisa bt ayisisebenzelanga cz sagcina silahlekelwa okuningi.
Nempilo ayimile neze kahle ngoba esikutholayo sizama ngakho ukuyaphambili ngomculo wethu siphinde sizame ukulala sidlile. Yaz ufike eRenk uzwe ngoma idlala, uthi uzothenga igwinya ufike kudlala ngoma yakho kufike inyembezi uma ucabanga ifiso onazo nempilo oyphilayo.
Kumcimbi omkhulu owenziwa uDj Tira iDurban July wakulonyaka sasithi siyobesikhona ngakho ukbuka ukuhleleka kokuphuma kwengoma yethu nayo uqobo nj amandla ayo bt konke lokho kwashabalala.
Ingoma isekhona nd kakhulu esengakwenza sinesfiso sokuthi mayekhona ongasabela ngoba siyamemeza nkalo zonke asikhethile nanomangabe iluphi uxhaso umuntu angafikanalo singalamukela kunokube kushabalale iThalente lethu,,kuningi esbhekenenakho bt asizmisele ukuGive Upper
Umuntu umuntu ngabantu!!!
Amachillaz
Stuh: 0735274225
Botho: 0764775991
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the public figure
Telephone
Address
47 3rd Avenue
Pinetown
3610