LIT RADIO ZA
12/07/2026
Sawubona, ngisacela ungisiza ungipostela ngihlala Newcastle eBlaaubosch ngase Theku Plaza.
UMalume wami ushayiswe imoto manje ngo 7 yabaleka bekuyi Van eLimhlophe ngebhadi asiyibonanga inumber plate. Besibesicela ukuthi noma ubani oyibonile asisize imushayise Lana ngaku Stop sign ngase Y2K estolo.
Inumber azosithola kuyo ilenaa 0711665759/0784531224
Besicela nkosiyamii sididekiLe kumanje uMalume asazi noma uzophila yini usesibhedlelağŸ˜.
12/07/2026
Usejoyine iqembu le NRF uMr Ziyakhala Wodumo
Lishone elayizolo esevalelisile kwi qembu le TSSA uSizwe Mokoena njengoba esejoyine iqembu elibhekelele abahlali base Newcastle . Sithe masimbuza ngalolu daba wavumela phezulu wathi bahlukene kahle neqembu abekulo njengoba ekhulume nabo wathola nezibusiso.
Kulindeleke ukuthi angenele isikhundla sobu Khansela ku ward 10 Osizweni.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Website
Address
Amajuba Education Centre
Newcastle
2940