USamkelo

USamkelo

Share

05/06/2023

Who loves pop music?
well here's some pop lava coveršŸ‘»

31/12/2020

We've arrived to page 1 of 365. You cannot predict the future but you can mould it by preparing for it. It starts in Day 1. Have a prosperous year ā¤

Thank you for interacting with me. I wouldn't be posting if I was on facebook alone. Thank you. I love you allā¤

02/12/2020

Ngak'bona ngak'beletha,
Empilweni nami ngyafisa uk'belethwa,
Kwazise phela asibona ompetha,
Kodwa ngosizo lwabaphansi singaba ompetha,
Mtanami izimvula zisazok'netha,
Ukhale kungasabeli muntu uze ufise ukusweleka,
Impela nami ngyafisa ukusweleka,

Coming soon...

15/10/2020

IKUSASA ALAZIWA

Mama nani bodade bethu thulani ningabe nisakhala,
Izifiso zilalelwe konke okuhle kuzosehlela,
Amathongo akithi wonke azwile ngokwasehlela,
Phela akekho ongabonanga ngisho nempukane imbala,
Kwase kuyihlaya sekub'hlungu nok'khala,
Izicelo zaphendulwa kwacweba nezimfundamakhwela,
Phela bonke base bezitshela ukuthi silinde ukwenzelwa,
Ngenxa yomkhuleko konke kwabacacela,
Zingane zakwethu hloniphani abanye abantu ngoba ikusasa alaziwa.

15/10/2020

Isikhona😢

Want your public figure to be the top-listed Public Figure in Inanda?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Inanda
4310