Modern Maskandi
12/12/2022
LONG SERVICE by Dr Khangelani...
Lena enye yama albums ashisayo ku2022..!
Uma uyilalela kahle yonke uthola konke okufunayo nokuqukethwe i album emnandi negculisayo..
Umyalezo, isigqi, ukshinga kanye nengoma yothando.. konke kukhona,
Akumangazi ukuthi abantu abaningi bayayixhasa le album..
Ziningi ezimnandi igoma, ethe yangithinta emanonini kakhulu ilena ethi Imali (feat. Fezi Gumede).. zikhona nezinye such as Long service, Bhinca lami, Stufuza Sami, etc
Usebenze kakhulu uDr.Khangelani DSD ISILO Somaskandi Mhlongo. nawe ungamlalela kuma digital stores kulama link angezansi:
https://m.youtube.com/playlist...
https://music.apple.com/za/album/long-service/1658186016
https://open.spotify.com/album/5SNndzlnEsDiFNIz7PMgfS
Kusasa siyabuya futhi nomunye umculi owenze kahle. Okwethu ukuvezela abantu obala especially makuziwa kuma digital stores ukuthi bangathenga kanjani..
Ungakhohlwa uku follow i page ukuze ungeke uphuthelwe ulwazi loku support abaculi makuziwa kuma digital stores.
Long Service Dr Khangelani Β· Album Β· 2022 Β· 13 songs.
u Mroza Fakude usebenze kahle kakhulu kule Album ayikhiphile ka2022.. impela ikhono lomuntu anenke ulenze lutho.. siyabonga mfoka Fakude ngomculo omnandi π₯π₯.. sengilalelile zonke izingoma zakhe kuma digital stores, nawe ungaya ku Spotify uyolalela or ungene kule link for his Youtube channel https://www.youtube.com/channel/UCZbtBddL8LD-Y6Ck9LEyM6g
Legendary Maskandi πΌπ₯π₯
Izinsimbi (Mfiliseni & Mgqumeni)- Song available on YouTube (https://www.youtube.com/watch?v=gGLUKd9U60g)
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the establishment
Telephone
Address
Marianhill
Durban
4000