Tell-Us Electrical

Tell-Us Electrical

Share

24/08/2017

Safa ama SUBSCRIPTION esingawazi adla ama Airtime ethu. Thina esisebenzisa u MTN ake sizijwayeze ukuthi sikuvimbe zonke izinsuku lokhu, njalo nje ekuseni nantambama asidayele u *141*5 # Bese sikhetha u OPTION 2, bese ukhetha OPTION 1 lapho sekuthiwa khetha i SUBSCRIPTION oyikhanselayo.

Qaphela ukuthi kuyenzeka kubekhona ama SUBSCRIPTION ekuthiwa a PENDING. Ungalokothi ukhethe i OPTION engu ACCEPT.

(Lama SUBSCRIPTION avame ukwenzeka ngenkathi ufonelwa inamba engajwayelekile bese icisha usathi ubamba ifoni)

(Ads) Ake sivakashele i TELL US ELECTRICAL sibone amanani, asingene lapha gobenelectronics.co.za/Tell-Us-Electrical.php

Want your business to be the top-listed Contractor in Cato Ridge?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Address


Cato Ridge
3680