Miya
10/29/2025
EZIBUHLUNGU 💔😭⚠️
Kushone ingane eneminyaka emithathu emva kokuthi umama wayo onguNesi eyikhohlwe emotweni ejahe ukukhava isikhathi somhlangano esibhedlela asebenza kuso iseshego hospital eLimpopo.😭💔
Kuvela ukuthi uyishiye ekuseni ngo 7:00 wakhumbula ntambama sekushaye ihora lesithathu (3:00) ladlula ukuthi ubeshiye ingane emotweni, waphuthuma eyoyibheka udokotela wathi isishonile izwele ukushisa kakhulu amawindi evaliwe kungekho umoya ewutholayo, amaphoyisa asevule icala lokubulala ngokungenhloso.😭💔⚠️
Want your public figure to be the top-listed Public Figure in Orlando?
Click here to claim your Sponsored Listing.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the public figure
Telephone
Website
Address
Ha
Orlando, FL