Stimela Luthuli RSA
17/05/2026
Bathi Kusale kancane, Oweslisa Oshadile Amelwe Inhliziyo, Lona weSlisa kuthiwa uthena uma ebuya eMsebenzini ngoba uSheshe waphuma, uma efika endlini uMakoti wakwakhe akekho Abashade ngoNyaka ka 2024 akekho endlini futhi Akashongo ukuthi uyakuphi.
Indoda Ibe isisebenzisa ubuchule Bamafoni Ahlakaniphile (Smart Phones) Yabe Isithola iLocation yakhe, ibe Isilandela uMkhona yazithelq phezu koMkayo elele nesoka eHlathini benza Inkonzo bendlale neThawula, Baphinde baqhubeka bathi kodwa ke uthole indlela eRight yokuxazulula loludaba ngoba ubize abakubolwakhe uMakoti wacela nesehlukaniso.
18/04/2026
Umkhulu ugijme wayolanda ingane ecreche, kanti ecreche bazofonela ugogo wengane bemazisa ukuthi umkhulu usheshe wafika ezolanda ingane ugogo ube esephuthuma ekhaya eyobheka ukuthi uyilande ngempela yini ingane umkhulu kanti uzozithela phezu kwamkhulu ephezu kwengane eyidlwengula, ube esehlaba umkhosi ugogo kwasondela abantu bathi ukuxoxa xoxa naye umkhulu. Ingane ina 2years.😭😭💔
Luthini uvo lwakho phawula😞